Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 6:30 - IsiZulu 2020

30 Abaphostoli babuthana kuJesu, bambikela konke ababekwenzileyo nabakufundisileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Abaphostoli babuthana kuJesu, bambikela ababekwenzile nababekufundisile.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Abaphostoli babuthana kuJesu, bambikela ngakho konke ababekwenzile nababekufundisile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Abaphostoli babuthana kuJesu, bambikela ngakho konke ababekwenzile nababekufundisile.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 6:30
17 Referans Kwoze  

Sebebuyile abaphostoli, bamlandisa ngakho konke abakwenzileyo; wabathatha, wahamba nabo ngasese, baya emzini okuthiwa yiBhethsayida.


Nanka amagama abaphostoli abali-12: owokuqala nguSimoni okuthiwa nguPhethro, u-Andreya umfowabo, uJakobe noJohane umfowabo, amadodana kaZebedewu,


Kwathi ukuba kufike isikhathi, wahlala phansi esidlweni, nabaphostoli benaye.


Abaphostoli base bethi eNkosini: “Yandisa ukukholwa kwethu.”


Abangama-70 babuya bejabulile, bethi: “Nkosi, ngisho namadimoni ayasithobela ngegama lakho.”


Base bebenzela unkatho, lwadla uMathiyase; wayesebalwa kanye nabaphostoli abali-11.


KwakunguMariya Magdalena, uJowana, uMariya unina kaJakobe nabanye, ababikela abaphostoli lezo zinto.


Kuthe sekusile, wababiza abafundi bakhe, wakhetha kubo abali-12, wababiza ngokuthi abaphostoli:


Waqoka abali-12, ababiza futhi ngabaphostoli ukuze babenaye, nokuba aphinde abathume ukuba bayoshumayela,


Kwathi ukuba abafundi bakhe bakuzwe lokho, beza, bathatha isidumbu sakhe, basibeka ethuneni.


Inceku yamlandisa u-Isaka ngakho konke ekwenzileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite