Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 6:26 - IsiZulu 2020

26 Inkosi yadabuka kakhulu, kodwa ngenxa yesifungo eyayisenzile nangenxa yalabo ababehlezi nayo esidlweni, ayithandanga ukwenqaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Inkosi yadabuka kakhulu, kepha ngenxa yezifungo nangenxa yababehlezi nayo ekudleni ayithandanga ukuyilandulela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Inkosi yadabuka kakhulu; nokho ngenxa yesifungo sakhe nangenxa yabahlezi naye, akathandanga ukumlahla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Inkosi yadabuka kakhulu; nokho ngenxa yesifungo sakhe nangenxa yabahlezi naye, akathandanga ukumlahla.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 6:26
7 Referans Kwoze  

Lokho kwayephula umoya inkosi, kepha ngenxa yezifungo eyayizenzile, nangenxa yababehleli nayo esidlweni, yayaleza ukuba inikwe.


Kuthe lapho inkosi isiwezwile lawo mazwi, yadabuka kakhulu, yazindla ngoDaniyeli ukuba imkhulule, yazama ukumhlenga kwaze kwaba sekushoneni kwelanga.


Yabuyela enkosini ngokushesha, yacela yathi: “Ngithanda ukuba ungiphe, khona manje ngomcengezi, ikhanda likaJohane uMbhabhadisi.”


Inkosi yayisithuma masinyane ozokwenza lokhu, yamyala ukuba alethe ikhanda likaJohane. Wasuka, wamnquma ikhanda ejele.


Inkosi yayisithi kuJowabe: “Bheka-ke, ngizokwenza lokho. Hamba ulande umfana, u-Absalomu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite