Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 5:5 - IsiZulu 2020

5 Wayesehlala njalo ubusuku nemini esemathuneni nasezintabeni, ememeza, futhi ezilimaza ngamatshe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngesikhathi sonke ubusuku nemini wayesemathuneni nasezintabeni, ememeza, ezilimaza ngamatshe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Njalo ubusuku nemini wayesezintabeni nasemathuneni ememeza, ezisika ngamatshe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Njalo ubusuku nemini wayesezintabeni nasemathuneni ememeza, ezisika ngamatshe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 5:5
5 Referans Kwoze  

Bamemeza ngezwi elikhulu, bazisika ngemimese nangemikhonto ngokomthetho wabo, kwaze kwatshaza igazi kubo.


Nina-ke ningabakayihlo usathane, nithanda ukufeza izifiso zakhe. Yena wayengumbulali kwasekuqaleni, akami eqinisweni, ngokuba iqiniso alikho kuye. Uma ekhuluma amanga, usuke ekhuluma into yakhe, ngokuba ungumqambimanga noyise wamanga.


ngokuba wayeseboshwe kaningi ngozankosi nangamaketango, kodwa ewagqabula amaketango, futhi ephule nozankosi. Kwakungekho noyedwa owayenamandla okumthambisa.


Wathi ukuba ambone uJesu esebuqamama, wagijima, wakhuleka kuye;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite