Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 5:37 - IsiZulu 2020

37 Akavumelanga muntu ukuba amlandele ngaphandle kukaPhethro, uJakobe, noJohane, umfowabo kaJakobe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Akavumelanga muntu amlandele, kuphela oPetru, noJakobe, noJohane umfowabo kaJakobe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Akavumelanga muntu ukuba amlandele, kuphela uPetru, noJakobe, noJohane umfowabo kaJakobe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Akavumelanga muntu ukuba amlandele, kuphela uPetru, noJakobe, noJohane umfowabo kaJakobe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 5:37
7 Referans Kwoze  

Kepha uPhethro esebakhiphele ngaphandle bonke, waguqa ngamadolo, wakhuleka, wayesephendukela esidunjini, wathi: “Thabitha, vuka!” Wavula amehlo akhe, wabona uPhethro, wayesehlala.


Wayesethatha uPhethro, uJakobe, noJohane; waqala ukubhocobala nokuba nosizi.


Lokhu sekungokwesithathu ngiza kini. “Noma yiliphi izwi malifakazelwe ngomlomo wofakazi ababili noma abathathu, bese liyaqiniswa.”


Kwathi kungedlula izinsuku eziyisithupha, uJesu wathatha uPhethro, uJakobe, noJohane, wakhuphukela nabo entabeni ende, bebodwa. UJesu waguquka esinye isimo phambi kwabo.


Sebefikile endlini yomphathi wesinagoge, akavumelanga muntu ukuba angene endlini naye, kuphela uPhethro, uJohane, uJakobe uyise nonina bentombazane.


Sekwedlule izinsuku eziyisithupha, uJesu wathatha uPhethro, uJakobe, noJohane umfowabo, wenyukela nabo entabeni ende, bebodwa.


Wathatha uPhethro namadodana amabili kaZebedewu, waqala ukuba nomunyu nosizi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite