Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 5:19 - IsiZulu 2020

19 Kepha uJesu wamnqabela, kunalokho wathi kuye: “Hamba uye ekhaya kwabakini, ubabikele ukuthi kungakanani iNkosi ekwenzele khona, yakuhawukela.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Akamvumelanga, kepha wathi kuye: “Hamba uye ekhaya kwabakini, ubabikele ukuthi kungakanani iNkosi ekwenzele khona, yakuhawukela.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Kodwa uJesu kamvumelanga, kodwa wathi kuye: Hamba uye ekhaya kwabakini, ubatshele ukuthi kungakanani iNkosi ekwenzele khona, lakuhawukela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kodwa uJesu kamvumelanga, kodwa wathi kuye: Hamba uye ekhaya kwabakini, ubatshele ukuthi kungakanani iNkosi ekwenzele khona, lakuhawukela.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 5:19
12 Referans Kwoze  

We nina nonke enesaba uNkulunkulu, wozani nilalele, nginilandise ngalokho angenzele khona.


“Wozani nizobona umuntu ongitshele konke engikwenzileyo. Ngabe lona akusiye uKhristu na?”


Manje-ke, mina Nebukhadinezari ngiyatusa, ngiyaphakamisa, ngidumisa iNkosi yezulu, ngokuba yonke imisebenzi yayo iyiqiniso, nezindlela zayo zingubulungiswa; inamandla okubathobisa abahamba ngokuzidla.


“Buyela ekhaya, ubalandise ukuthi uNkulunkulu ukwenzele ini.” Nempela yahamba yabalandisa emzini wakubo wonke, ukuthi kungakanani uJesu ayeyenzele khona.


Wahamba-ke, waqala ukulanda ngalokho emizini elishumi konke lokho uJesu ayemenzele khona; bamangala bonke.


Yangena, yatshela inkosi yayo yathi: “Intombazana yakwa-Israyeli yasho ukuthi nokuthi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite