Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 4:36 - IsiZulu 2020

36 Base besishiya isixuku, bahamba naye njengoba ayesesikebheni, kwakunezinye izikebhe ezabe zihambisana kanye naye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Base bemukisa isixuku, bahamba naye, njengalokho ebesemkhunjini; kwakukhona neminye imikhumbi ihambisana naye.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

36 Sebemukisile isixuku, bamthatha esemkhunjini. Kwakukhona neminye imikhumbi emincane kanye naye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Sebemukisile isixuku, bamthatha esemkhunjini. Kwakukhona neminye imikhumbi emincane kanye naye.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 4:36
8 Referans Kwoze  

UJesu wabuye waqala ukufundisa ngasolwandle. Kwabuthana kuye isixuku esikhulu kakhulu kangangoba waze wangena esikebheni, wahlala olwandle. Sonke isixuku sasimi emhlabathini ngasolwandle.


UJesu wayesebatshela abafundi bakhe ukuba bamlungisele isikebhe ngenxa yesixuku, ukuze singamminyanisi.


Kwathi lapho esephumile esikebheni, wahlangana masinyane nomuntu ovela emathuneni, onomoya ongcolileyo.


Kuthe uJesu esewelele ngaphesheya futhi ngesikebhe, kwabuthana izindimbane zabantu kuye, engasolwandle.


UJesu wayesengena esikebheni, abafundi bakhe bamlandela.


Kusenjalo kwavuka isivunguvungu esikhulu, amagagasi ayesizamazamisa kakhulu isikebhe futhi sesiqala ukugcwala amanzi.


Base behamba ngomkhumbi, baya ngasese, endaweni eyihlane.


Kwathi ngolunye usuku uJesu wagibela esikebheni nabafundi bakhe, wayesethi kubo: “Ake siwelele ngaphesheya kolwandle.” Basuka-ke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite