Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 4:35 - IsiZulu 2020

35 Kuthe sekuhlwile ngalolo lusuku, wathi kubo: “Asiwelele ngaphesheya.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Ngalolo suku sekuhlwile, wathi kubo: “Asiwele siye ngaphesheya.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

35 Ngalolo suku sekuhlwile, wathi kubo: “Asiwele siye ngaphesheya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

35 Ngalolo suku sekuhlwile, wathi kubo: “Asiwele siye ngaphesheya.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 4:35
11 Referans Kwoze  

UJesu ebona isixuku simzungezile, wayala ukuba kuwelelwe ngaphesheya.


Wayesethi kubo: “Kuphi ukukholwa kwenu na?” Besaba; bamangala, bathi omunye komunye: “Ngubani kanti lo okhuza umoya namanzi, kumlalele na?”


Kwathi ngolunye usuku uJesu wagibela esikebheni nabafundi bakhe, wayesethi kubo: “Ake siwelele ngaphesheya kolwandle.” Basuka-ke.


Wabacindezela abafundi bakhe ukuba bangene esikebheni masinyane, bamendulele, baye ngaphesheya, ukuze ahlakaze izixuku.


Wabashiya, wangena futhi esikebheni, walibangisa ngaphesheya.


Sesimfumene ngaphesheya kolwandle, sathi kuye: “Rabi, ufike nini lapha na?”


bagibela esikebheni, bawela ulwandle beya ngaphesheya eKhaphernawume. Kwase kuhlwile, kepha uJesu wayengakafiki kubo.


Emva kwalokho uJesu wawelela ngaphesheya kolwandle iGalile, oluseThibheriya.


UJesu wayesephoqa ngokushesha abafundi bakhe ukuba bangene esikebheni, bamandulele ukuya phesheya eBhethsayida, aze yena ahlakaze isixuku.


Kuthe uJesu esewelele ngaphesheya futhi ngesikebhe, kwabuthana izindimbane zabantu kuye, engasolwandle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite