Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 3:29 - IsiZulu 2020

29 kepha lowo ohlambalaza uMoya oNgcwele kanakuthethelelwa naphakade, kodwa unecala lesono esingapheliyo.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 kepha lowo ohlambalaza uMoya oNgcwele kanakuthethelelwa naphakade, kodwa unecala lesono esingapheliyo.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Kepha ohlambalaza uMoya oNgcwele akanakuthethelelwa naphakade, kodwa ulecala lokulahlwa okuphakade;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Kepha ohlambalaza uMoya oNgcwele akanakuthethelelwa naphakade, kodwa ulecala lokulahlwa okuphakade;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 3:29
9 Referans Kwoze  

Noma ngubani okhuluma kabi ngeNdodana yomuntu, uyakuthethelelwa; kodwa ohlambalaza uMoya oNgcwele, akayukuthethelelwa.


Laba-ke bazakujeziswa ngokubhujiswa okuphakade, basuswe ebukhoneni beNkosi naphambi kwenkazimulo yamandla akhe,


Bakhefuza amahlazo abo njengamaza adlangalalayo, bayantunta njengezinkanyezi ezigcinelwe ubumnyama baphakade.


ezidla izindlu zabafelokazi, zithandaze isikhathi eside, zizenzisa. Laba bayakwemukeliswa ukulahlwa okukhulu.”


“Labo-ke bayakuhamba, baye ekujezisweni okuphakade; kodwa abalungileyo, bayakuya ekuphileni okuphakade.”


NjengeSodoma neGomora nemizi eyakhelene nayo, yenza ubufebe ngokufanayo, yalandela ubufebe obuxakile. Bayisibonelo sokubhujiswa ngomlilo ongunaphakade.


Abathile kuzazimthetho bakhuluma bodwa, bathi: “Lo muntu uyahlambalaza.”


UJesu wakusho lokho ngokuba babemthuke bathi unomoya ongcolileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite