Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 3:28 - IsiZulu 2020

28 Ngiqinisile ngithi kini: abantwana babantu bayakuthethelelwa izono zonke nokuhlambalaza, noma ngabe kungakanani abangahlambalaza ngakho,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Ngiqinisile ngithi kini: Abantwana babantu bayakuthethelelwa izono zonke nokuhlambalaza noma kungakanani abangahlambalaza ngakho,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

28 Ngiqinisile ngithi kini: Abantwana babantu bazathethelelwa zonke izono lenhlamba loba yini abahlambaza ngayo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ngiqinisile ngithi kini: Abantwana babantu bazathethelelwa zonke izono lenhlamba loba yini abahlambaza ngayo;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 3:28
8 Referans Kwoze  

Uma umuntu ebona umzalwane wakhe enza isono okungeyiso esibhubhisayo, lo ombonileyo makamcelele kuNkulunkulu ukuphila lokhu akunika labo abasuke benze isono okungesona esibhubhisayo.


Noma ngubani okhuluma kabi ngeNdodana yomuntu, uyakuthethelelwa; kodwa ohlambalaza uMoya oNgcwele, akayukuthethelelwa.


Ohlambalaza igama likaSimakade uyokufa nokufa. Impela inhlangano yonke iyomkhanda ngamatshe. Umfokazi noma umnsinsi wokuzimilela uyobulawa, uma ehlambalaza igama likaSimakade.


Abathile kuzazimthetho bakhuluma bodwa, bathi: “Lo muntu uyahlambalaza.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite