Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 2:19 - IsiZulu 2020

19 UJesu wathi kubo: “Kambe ikhetho lingazila yini umyeni esahlezi nalo na? Phinde neze, alisoze lazila uma umyeni esenalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 UJesu wathi kubo: “Abayeni bangazila yini, umyeni esenabo na? Bese naye umyeni bangezile.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 UJesu wathi kubo: “Abendlu yomyeni bangazila yini ukudla, umyeni esenabo na? inqobo nje uma umyeni ekanye nabo, abanakuzila ukudla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 UJesu wathi kubo: “Abendlu yomyeni bangazila yini ukudla, umyeni esenabo na? inqobo nje uma umyeni ekanye nabo, abanakuzila ukudla.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 2:19
8 Referans Kwoze  

ULabani wabamema bonke abantu bakuleyo ndawo, wenza idili.


Ondlunkulu bangamashumi ayisithupha, izancinza zingamashumi ayisishiyagalombili, izintombi azinakubalwa.


Iyiswa enkosini igqoke izingubo ezifekethisiweyo, ikhashwa yizintombi ezingabangani bayo, zilethwa kuwe.


UJesu wathi kubo: “Ikhetho lingalila yini umyeni esenalo na? Kepha ziyeza izinsuku lapho umyeni eyakususwa kulo; kulapho-ke lizakuzila khona.


Abafundi bakaJohane nababaFarisi babezila ukudla. Abathile baya kuJesu, bathi kuye: “Kwenziwa yini ukuba abafundi bakaJohane nabafundi babaFarisi bazile ukudla, kodwa abafundi bakho bangazili na?”


Kepha izinsuku ziyeza, lapho umyeni ezakususwa kulo; yilapho-ke lizakuzila ngalolo lusuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite