Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 2:13 - IsiZulu 2020

13 UJesu wayesephuma futhi, waya ngasolwandle; sonke isixuku seza kuye, wayesesifundisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Waphuma futhi, waya ngaselwandle; isixuku sonke sabantu seza kuye, wabafundisa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Wabuye waphuma waya ngaselwandle; ixuku lonke laselisiza kuye, wabafundisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wabuye waphuma waya ngaselwandle; ixuku lonke laselisiza kuye, wabafundisa.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 2:13
11 Referans Kwoze  

UJesu wabuye waqala ukufundisa ngasolwandle. Kwabuthana kuye isixuku esikhulu kakhulu kangangoba waze wangena esikebheni, wahlala olwandle. Sonke isixuku sasimi emhlabathini ngasolwandle.


Bonke abantu babevuka ekuseni ngovivi baye ethempelini, ukuba bamlalele.


Kepha babengazi ukuthi bazokwenza kanjani, ngokuba bonke abantu babenamathele kuye, bemlalele.


Kwase kubuthana isixuku; akwabe kusaba khona ndawo ngasemnyango. UJesu wayekhuluma izwi kubo.


Kepha owayenochoko esephumile, waqala ukuyisabalalisa le ndaba, kangangokuthi uJesu akabange esakwazi ukungena emzini bembona; wahlala ngaphandle ezindaweni eziyihlane. Nokho abantu beza kuye bevela nxazonke.


Ngalolo lusuku uJesu waphuma endlini, wahlala ngasolwandle.


Kuthe uJesu edlula lapho, wabona umuntu okuthiwa nguMathewu ehleli endaweni yokuthelisa, wathi kuye: “Ngilandele.” Wasuka-ke wamlandela.


UJesu wasuka lapho, waya ezifundeni eJudiya nangaphesheya kweJordani. Izixuku zabuye zabuthana kuye, waphinda wabafundisa abantu njengasemihleni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite