Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 2:1 - IsiZulu 2020

1 UJesu waphinde wangena eKhaphernawume emva kwezinsuku eziningi; kwezwakala ukuthi usekhaya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wabuye wangena eKapernawume emva kwezinsuku ezithile; kwezwakala ukuthi usendlini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Wabuye wangena eKapernawume emva kwezinsuku ezithile; kwezwakala ukuthi usendlini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wabuye wangena eKapernawume emva kwezinsuku ezithile; kwezwakala ukuthi usendlini.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 2:1
13 Referans Kwoze  

Kwathi ukuba izwe ukuthi uJesu ufikile eGalile evela eJudiya, yaya kuye, yamncenga ukuba ehlele eKhaphernawume aphilise indodana yayo, ngokuba yayisizokufa.


UJesu wasuka lapho, waya ezifundeni eThire. Wangena endlini, nokho wayengathandi ukuba kube khona owaziyo ngalokho, kodwa akwenzakalanga ukuba akwazi ukuzifihla.


Kwafika amadoda ethwele ngohlaka umuntu ofe uhlangothi. Ayefuna ukungena naye endlini, ambeke phambi kukaJesu.


Kepha owayenochoko esephumile, waqala ukuyisabalalisa le ndaba, kangangokuthi uJesu akabange esakwazi ukungena emzini bembona; wahlala ngaphandle ezindaweni eziyihlane. Nokho abantu beza kuye bevela nxazonke.


UJesu wangena esikebheni, wawelela ngaphesheya, waya emzini wakubo.


Sekuzwakele lokhu kuduma, kwabuthana uquqaba, ludidekile, ngokuba yilowo nalowo wayebezwa bekhuluma ngolimi lwakubo.


Wasuka eNazaretha, wayohlala eKhaphernawume elingasolwandle, ezifundeni kwaZebuloni nakwaNafethali


Kwase kubuthana isixuku; akwabe kusaba khona ndawo ngasemnyango. UJesu wayekhuluma izwi kubo.


Kwathi lapho uJesu efika ekhaya, kwaphinde kwabuthana futhi isixuku, kangangokuthi uJesu nabafundi bakhe abakwazanga ukudla isinkwa.


Kuthe esengene endlini, esuka esixukwini, abafundi bakhe bambuza ngalo mzekeliso.


Sebengenile endlini, abafundi bakhe bambuza ngasese, bathi: “Kungani thina sehlulekile ukuwukhipha na?”


Wathi kubo: “Impela niyakusisho kimi lesi saga, nithi: ‘Nyanga, zelaphe wena. Lokhu esizwa ukuthi ukwenzile eKhaphernawume, kwenze phela nalapha ezweni lakini.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite