Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 16:4 - IsiZulu 2020

4 Kwathi lapho bebheka, babona ukuthi itshe ligingqiwe, ngokuba lalilikhulu kakhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Bathi ukubheka, babona ukuthi itshe seligingqiwe; ngokuba lalilikhulu kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Sebebheka, babona ukuthi itshe seligingqiwe, ngokuba lalilikhulu kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Sebebheka, babona ukuthi itshe seligingqiwe, ngokuba lalilikhulu kakhulu.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 16:4
7 Referans Kwoze  

Kwathi ngosuku lokuqala lweviki, uMariya Magdalena wafika ethuneni ekuseni kusemnyama, wabona itshe lisusiwe emnyango wethuna.


Bafica itshe ligingqiwe ethuneni.


wasibeka ethuneni lakhe elisha ayeliqophe edwaleni; wagingqela itshe elikhulu emnyango wethuna, wahamba.


Base behamba, balilinda iliba; babeka uphawu etsheni bekanye nabalindi.


Bakhuluma bodwa, bethi: “Ngubani oyakusigingqela itshe, lisuke emnyango wethuna na?”


Kuthe sebengena ethuneni, babona insizwa ihlezi ngakwesokunene, yembethe ingubo emhlophe; bethuka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite