Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 15:46 - IsiZulu 2020

46 UJosefa wathenga indwangu yelineni, wamethula, wamsonga ngayo, wambeka ethuneni elaliqoshwe edwaleni, wagingqela itshe emnyango wethuna.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 Wathenga indwangu enhle, wamehlisa, wamsonga ngaleyo ndwangu, wambeka ethuneni elaliqoshwe edwaleni, wagingqela itshe emnyango wethuna.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

46 Wathenga ilineni elicolekileyo, wamehlisa, wamsonga ngelineni elicolekileyo, wambeka ethuneni elaliqoshwe edwaleni, wagingqela itshe emnyango wethuna.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

46 Wathenga ilineni elicolekileyo, wamehlisa, wamsonga ngelineni elicolekileyo, wambeka ethuneni elaliqoshwe edwaleni, wagingqela itshe emnyango wethuna.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 15:46
12 Referans Kwoze  

Babeka ithuna layo kanye nababi; ekufeni yayinabenza okubi, noma ingenzanga ndluzula, kungekho nankohliso emlonyeni wayo.


Ngakho-ke uJesu wathinteka kakhulu emoyeni, waya ethuneni. Ithuna lalingumhume, kubekwe itshe, livundle kuwo.


‘Wenzani lapha? Unobani lapha ohlobene naye, ukuze uziqophele ithuna lapha, uziqophele ithuna endaweni ephakeme, uzisikele indawo yokuhlala edwaleni?’


Yasehlisa, yasisonga ngendwangu enhle, yasibeka ethuneni elaliqoshwe edwaleni, lapho kungakabekwa muntu khona.


Kwaba khona ukuzamazama komhlaba okukhulu, ngokuba ingelosi yeNkosi yehla ezulwini, yeza, yaligingqa itshe, yahlala phezu kwalo.


Esezwile ngenduna yekhulu, wamnika uJosefa isidumbu.


UMariya Magdalena noMariya, unina kaJose, babona lapho ayebekwe khona uJesu.


Balisusa-ke itshe. UJesu waphakamisa amehlo akhe, wathi: “Baba, ngiyakubonga, ngokuba ungizwile.


Kwathi ngosuku lokuqala lweviki, uMariya Magdalena wafika ethuneni ekuseni kusemnyama, wabona itshe lisusiwe emnyango wethuna.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite