Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 15:24 - IsiZulu 2020

24 Ambethela esiphambanweni, abelana ngezingubo zakhe ngokwenza unkatho, ukuze kwazeke ukuthi yilowo nalowo uthathani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Ayesembethela esiphambanweni, abelana izingubo zakhe, enzelana inkatho ngazo ukuthi yilowo nalowo uyakuthathani.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Sebembethele esiphambanweni, babelana izingubo zakhe, benza inkatho yokuphosa ngazo, ukuthi yilowo nalowo uyakuthathani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Sebembethele esiphambanweni, babelana izingubo zakhe, benza inkatho yokuphosa ngazo, ukuthi yilowo nalowo uyakuthathani.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 15:24
11 Referans Kwoze  

UJesu wathi: “Baba, bathethelele, ngokuba abakwazi abakwenzayo.” Babelana ngezingubo zakhe, benzelana unkatho.


owathwala izono zethu emzimbeni wakhe, emthini, ukuze kuthi sesifile ezonweni, siphile ekulungeni. Ngemivimbo yakhe naphiliswa,


UKhristu wasihlenga esiqalekisweni somthetho ngokwenziwa abe yisiqalekiso ngenxa yethu, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abalengiswa emthini,”


Ongasazanga isono wamenza isono ngenxa yethu, ukuze kuYena senziwe sibe ngukulunga kukaNkulunkulu.


UNkulunkulu wokhokho bethu wamvusa uJesu enambulala nina ngokumphanyeka emthini.


Isidumbu sakhe asiyukuhlala ubusuku bonke emthini, kodwa uyomngcwaba impela ngalolo lusuku, ukuze isiqalekiso sikaNkulunkulu sibe phezu kophanyekiweyo, ungalingcolisi izwe lakini uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba libe yifa lakho.”


Yena lowo esenikelwe ngesu elimisiwe phambilini nangokwazi kukaNkulunkulu, nambethela ngezandla zabangenamthetho, nambulala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite