Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 15:10 - IsiZulu 2020

10 UPilatu wayazi kahle ukuthi abaphristi abakhulu bamnikele ngenxa yomona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ngokuba wayekwazi ukuthi abapristi abakhulu bamnikele ngomhawu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Ngoba wayesazi ukuthi abapristi abakhulu bamnikele ngomhawu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngoba wayesazi ukuthi abapristi abakhulu bamnikele ngomhawu.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 15:10
13 Referans Kwoze  

Ulaka lungulunya nentukuthelo iyisikhukhula, kepha ngubani ongema phambi komhawu na?


Ngokuba nathi kade sasiyiziwula, singalaleli, sidukiswa, siyizigqila zezinkanuko nokutamasa okunhlobonhlobo, siphila ebubini, sinomona, sizondwa futhi sizondana.


UPilatu wayazi ukuthi uJesu bamnikele ngenxa yomona.


kungabi njengoKhayini owaba ngowomubi, wabulala umfowabo; wambulalelani na? Ngokuba imisebenzi yakhe yayimibi, kodwa eyomfowabo ilungile.


Nicabanga ukuthi kuyize yini lokhu okushiwo wumbhalo, othi: “Umoya awubeka kithi uwunxanela ngomhawu” na?


Kepha abaJuda, bebona izixuku, bagcwala umona baqala ukuphikisana nokwakushiwo nguPawula futhi behlambalaza.


Ngase ngibona ukuthi wonke umshikashika, nalo lonke ikhono emsebenzini, kudalwa ngumona. Nalokho kuyize, kufana nokuthi uyoze ubambe utalagu.


Abafowabo baba nomona ngaye, kodwa uyise wawagcina enhliziyweni yakhe lawo maphupho.


Kepha uPilatu wabaphendula, wathi: “Nithanda ukuba nginikhululele inkosi yabaJuda na?”


Kepha abaphristi abakhulu babhebhezela isixuku ukuba sithi kungcono asikhululele uBharabha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite