Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 14:50 - IsiZulu 2020

50 Base bemshiya bonke, babaleka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

50 Bamshiya bonke, babaleka.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

50 Bamshiya bonke, babaleka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

50 Bamshiya bonke, babaleka.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 14:50
11 Referans Kwoze  

UJesu wathi kubo: “Nonke nizakukhubeka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Ngiyakushaya umelusi, izimvu zihlakazeke.’


Isikhathi siyeza, yebo, sesifikile, sokuba nihlakazeke, yilowo nalowo aye kokwakhe, ningishiye ngedwa, nokho angingedwa, ngokuba uBaba unami.


Ekuziphenduleleni kwami kokuqala, kwakungekho noyedwa owayengakimi, kodwa bonke bangihlamuka; sengathi lokho kungebalelwe kubo.


Ubaxoshele kude isihlobo nomngani, ubumnyama yibona obungumhlobo wami.


Abangani nezihlobo zami bangihlubukile ngenxa yokuhlupheka engikukho, omakhelwane bami bahambela kude nami.


UJesu waphendula, wathi: “Nginitshelile ukuthi yiMina. Uma-ke nifuna Mina, bayekeni laba, bahambe,”


“Isikhamo sewayini ngisinyathele ngingedwa; kwakungekho noyedwa kubantu owayenami; ngabanyathela ngentukuthelo yami, ngabaciphiza ngolaka lwami, negazi labo lachaphazela izingubo zami, ngazingcolisa zonke izembatho zami.


Benginani imihla ngemihla ethempelini, ngifundisa, anizange ningibambe; kodwa ifanele ukugcwaliseka imibhalo.”


Insizwa ethile eyayimlandela, yayembethe ingubo yelineni emzimbeni; bayibamba,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite