Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 14:4 - IsiZulu 2020

4 Kepha abanye bathukuthela base bekhuluma bodwa, bethi: “Kungani kumoswa lawa mafutha na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha kwakukhona abanye abakhuluma bodwa ngokuthukuthela, bethi: “Kwenzelweni lokho kuchithwa kwamafutha na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Kwakukhona nabathukuthela phakathi kwabo, bathi: “Kwenzelweni lokho kuchithwa kwamafutha na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwakukhona nabathukuthela phakathi kwabo, bathi: “Kwenzelweni lokho kuchithwa kwamafutha na?

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 14:4
8 Referans Kwoze  

Ngase ngibona ukuthi wonke umshikashika, nalo lonke ikhono emsebenzini, kudalwa ngumona. Nalokho kuyize, kufana nokuthi uyoze ubambe utalagu.


Sebekuzwile lokhu abayishumi, bazithukuthelela izelamani ezimbili.


Kwathi eseseBhethaniya ehleli edla, endlini kaSimoni owayenochoko, kwafika owesifazane ephethe umfuma we-alabhaste wamafutha enadi lodwa, elibiza inani elikhulu. Wawuchoboza umfuma, wathela amafutha ekhanda likaJesu.


Ngokuba lawa mafutha ngabe athengisiwe ngodaneriyu abangaphezu kwama-300, kwaphiwa abampofu.” Base bemthukuthelela owesifazane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite