Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 13:6 - IsiZulu 2020

6 Kuyakufika abaningi ngegama lami, bathi: ‘Nginguye,’ badukise abaningi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kuyakuza abaningi ngegama lami, bathi: ‘Nginguye,’ badukise abaningi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Ngokuba abaningi bayakuza ngegama lami, bathi: Mina nginguKristu; njalo bazadukisa abanengi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngokuba abaningi bayakuza ngegama lami, bathi: Mina nginguKristu; njalo bazadukisa abanengi.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 13:6
13 Referans Kwoze  

Ngokuba kuyakuvela okhristu mbumbulu nabaphrofethi bamanga, benze izibonakaliso nezimangaliso, ukuze, uma kungenzeka, badukise abakhethiweyo.


Bathandekayo, ningakholwa yibo bonke omoya, kodwa bahloleni omoya ukuthi ngabe bangabakaNkulunkulu yini. Ngokuba baningi abaphrofethi bamanga abaphumele ezweni.


Ngakho-ke ngithe kini niyakufela ezonweni zenu, ngokuba uma ningakholwa ukuthi Mina Nginguye, niyakufela ezonweni zenu.”


Ngize egameni likaBaba, kepha aningemukeli; kodwa uma kuza omunye ezizela egameni lakhe, lowo niyakumemukela.


Kuyakuvela abaphrofethi mbumbulu abaningi, badukise izindimbane zabantu.


Ngokuba kuyakufika abaningi ngegama lami, bathi: ‘Mina nginguKhristu,’ badukise abaningi.


USimakade wayesethi kimi: “Abaphrofethi baphrofetha amanga egameni lami. Angibathumanga, angibamisanga futhi angikhulumanga kubo. Baphrofetha kini imibono engamanga, nokubhula, nokuyize, nenkohliso yezingqondo zabo.


UJesu waqala ukukhuluma kubo, ethi: “Qaphelani, funa kube khona onidukisayo.


Kepha nxa nizwa ngezimpi nemibiko ngezimpi, ningakhathazeki; kumele ukuba lokho kwenzeke, kodwa ukuphela kuyakube kungakafiki.


Ngakho-ke wathi kubo: “Uma seniyiphakamisile iNdodana yomuntu, kulapho-ke niyakukwazi ukuthi nginguye, nokuthi angenzi lutho ngokwami, kodwa ngikhuluma lokhu engikufundiswe nguBaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite