Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 12:37 - IsiZulu 2020

37 “UDavide luqobo umbiza ngokuthi yiNkosi. Pho-ke uyindodana yakhe kanjani na?” Isixuku esikhulu sasimlalele ngokujabula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 “UDavide uqobo lwakhe umbiza ngokuthi iNkosi. Pho, uyindodana yakhe kanjani na?” Isixuku esikhulu sasimuzwa ngokujabula.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Ngakho uDavide ngokwakhe umbiza ngokuthi iNkosi; Pho uyindodana yakhe? Futhi abantukazana bamuzwa ngokuthokoza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Ngakho uDavide ngokwakhe umbiza ngokuthi iNkosi; Pho uyindodana yakhe? Futhi abantukazana bamuzwa ngokuthokoza.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 12:37
14 Referans Kwoze  

“Mina Jesu, ngiyithumile ingelosi yami ukuba ifakaze kini ngalezi zinto emabandleni. Ngiyimpande nowolibo lukaDavide, inkanyezi yokusa ecwebezelayo.”


Lalelani, bazalwane bami abathandekayo, uNkulunkulu akabakhethanga yini abampofu bomhlaba ukuba babe ngabacebileyo okholweni, nezindlalifa zombuso awuthembisa kulabo abamthandayo na?


Akuthandabuzwa ukuthi inkulu imfihlakalo yenkolo yethu yokuthi: Owabonakaliswa engumuntu nje, wafakazelwa nguMoya, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa kwabezizwe, bakholwa nguye emhlabeni, wenyuselwa enkazimulweni.


okungababo okhokho, nadabuka kubo uKhristu ngokwenyama, Yena onguNkulunkulu ophezu kwakho konke, obongekayo kuze kube phakade. Amen.


Isixuku esikhulu sabaJuda sezwa ukuthi uJesu ulapho. Saya khona, hhayi ngokuba siyakubona uJesu kuphela, kodwa nokuba sibone noLazaru ayemvuse kwabafileyo.


Bonke abantu babevuka ekuseni ngovivi baye ethempelini, ukuba bamlalele.


Kepha babengazi ukuthi bazokwenza kanjani, ngokuba bonke abantu babenamathele kuye, bemlalele.


Bafuna ukumbamba, kodwa besaba izixuku, ngokuba zazithi ungumphrofethi.


Kwathi ngaleso sikhathi uJesu wakhuluma wathi: “Ngiyakubonga Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngokuba ukufihlile lokhu kwabahlakaniphileyo, nakulabo abanokuqonda, kodwa wakwambulela izingane.


Izimpumputhe ziyabona, izinyonga ziyahamba, abanochoko bayahlanjululwa, izithulu ziyezwa, abafileyo bayavuswa, nabampofu bashunyayezwa ivangeli.


“Intombi iyakukhulelwa, izale indodana; bayakuyiqamba igama bathi ngu-Immanuweli,” okusho ukuthi: “UNkulunkulu unathi.”


Abaphristi abakhulu nabaFarisi sebeyizwile imizekeliso yakhe, baqonda ukuthi ukhuluma ngabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite