Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 12:12 - IsiZulu 2020

12 Base beceba ukumbamba, kodwa besaba isixuku, ngokuba babazi ukuthi ukhulume ngalowo mzekeliso ewuqondise kubo. Base bemshiya, bahamba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Base befuna ukumbamba, kepha besaba isixuku; ngokuba bazi ukuthi ukhulume lo mfanekiso ngabo. Base bemshiya bamuka.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Base befuna ukumbamba, kepha besaba isixuku, ngokuba bazi ukuthi uwukhulume ngabo lo mfanekiso; bamshiya, bamuka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Base befuna ukumbamba, kepha besaba isixuku, ngokuba bazi ukuthi uwukhulume ngabo lo mfanekiso; bamshiya, bamuka.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 12:12
13 Referans Kwoze  

Abaphristi abakhulu nezazimthetho bakuzwa lokho, bafuna ukuthi bangambhubhisa kanjani, ngokuba babemesaba, kwazise izindimbane zabantu zazimangaliswa ngukufundisa kwakhe.


Abanye babo babefuna ukumbopha, kodwa akukho muntu owambambayo.


Ngakho-ke bafuna ukumbopha, kodwa akukho namunye owamubamba, ngokuba isikhathi sakhe sasingakafiki.


Ngakho-ke abanye baseJerusalema bathi: “Lo muntu, akusiye yini abafuna ukumbulala na?


Kepha uma sithi: ‘Kubantu’ ngeke kulunge.” Babesaba isixuku, ngokuba bonke abantu babethi uJohane ungumphrofethi impela.


Sebekuzwile lokho bamangala, base bemshiya, bahamba.


Izazimthetho nabaphristi bafuna ukumbamba ngezandla khona lapho, kodwa besaba abantu, ngokuba babazi ukuthi ukhulume lo mzekeliso ewuqondise kubo.


“Kepha uma sithi: ‘Kubantu,’ abantu bonke bazakusikhanda ngamatshe, ngokuba bayakholwa ngukuthi uJohane ungumphrofethi.”


Kepha uma sithi: ‘Kubantu,’ siyasesaba isixuku, ngokuba bonke bathi uJohane ungumphrofethi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite