Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 10:29 - IsiZulu 2020

29 UJesu wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: akukho muntu oshiye indlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma unina, noma uyise, noma abantwana, noma amasimu ngenxa yami nangenxa yevangeli,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 UJesu wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Akukho muntu oshiye indlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma unina, noma uyise, noma abantwana, noma amazwe ngenxa yami nangenxa yevangeli,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 UJesu waphendula wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Akakho oshiye indlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amasimu ngenxa yami nangenxa yevangeli;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 UJesu waphendula wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Akakho oshiye indlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amasimu ngenxa yami nangenxa yevangeli;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 10:29
13 Referans Kwoze  

Ngikwenza konke ngenxa yevangeli, ukuze nami ngibe ngumhlanganyeli kulo.


Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho, kodwa olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami nangenxa yevangeli, uyakukusindisa.


Wakhuthazela, futhi wabekezela ngenxa yegama lami; awuzange ukhathale.


Niyakuyiswa phambi kwababusi namakhosi ngenxa yami, kube ngubufakazi kubo nakwabezizwe.


Ningakhathazeki ngempahla yenu, ngokuba konke okuhle kwezwe eGibhithe kungokwenu.’ ”


Kodwa funani kuqala umbuso wakhe nokulunga kwakhe, yikhona konke lokhu kuyakwenezelelwa kinina.


Yilowo nalowo oshiye izindlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amazwe ngenxa yegama lami, uyakwemukeliswa okuphindwe kayikhulu, adle ifa lokuphila okuphakade.


UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: akukho muntu oshiye indlu, noma umkakhe, noma abafowabo, noma abazali, noma abantwana, ngenxa yombuso kaNkulunkulu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite