Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 10:25 - IsiZulu 2020

25 Kulula ukuba ikameli lingene ngembobo yosungulo, kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kulula ukuba ikamela lingene ngentunja yosungulo kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Kulula ukuba ikamela lingene ngentunja yenaliti, kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kulula ukuba ikamela lingene ngentunja yenaliti, kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 10:25
7 Referans Kwoze  

Kulula ukuba ikameli lingene ngembobo yosungulo, kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.”


Baholi abayizimpumputhe, nikhetha impukane kwenikuphuzayo, kodwa ningwinye ikameli.


UmKhushe angasiguqula yini isikhumba sakhe, nengwe amabala ayo na? Nani-ke ningekwenze okuhle, nina eniqeqeshelwe ukwenza okubi.


Othembele engcebeni yakhe uyakuwa, kepha abalungileyo bayakuhluma njengamaqabunga aluhlaza.


Bamangala kakhulu, omunye wathi komunye: “Pho ngubani ongasindiswa na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite