Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 10:20 - IsiZulu 2020

20 Kepha yena wathi: “Mfundisi, ngikugcinile konke lokho kusukela ebusheni bami.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Kepha wathi kuye: “Mfundisi, konke lokho ngikugcinile kwasebusheni bami.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Waphendula wathi kuye: Mfundisi, konke lokho ngikugcinile kwasebusheni bami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Waphendula wathi kuye: Mfundisi, konke lokho ngikugcinile kwasebusheni bami.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 10:20
11 Referans Kwoze  

abanesimo sokumesaba uNkulunkulu, kodwa bewaphika amandla okukholwa; labo-ke wobagwema.


Ngangiyisishisekeli esizingela ibandla, ngokokulunga okusemthethweni ngingongasolekiyo.


Mina-ke ngake ngahamba ngaphandle komthetho, kodwa kwathi ukuba kufike umyalo, savuka isono,


Insizwa yathi kuJesu: “Konke lokhu ngikugcinile, pho ngisasalelwe yini na?”


Kepha sona sithanda ukuzithetha, sathi kuJesu: “Umakhelwane wami ngubani na?”


“Umuntu angamqola yini uNkulunkulu na? Nokho niyangiqola. “Bese nibuza nithi: ‘Sikuqole kanjani na?’ “Ngokweshumi nangeminikelo.


“ ‘Ngiyakukwenza ube yincithakalo nehlazo ezizweni ezikuzungezile nasemehlweni abo bonke abadlulayo.


Nokho bayangifuna nsuku zonke, bayakuthokozela ukwazi izindlela zami, ngokungathi bayisizwe esenza ukulunga, esingazishiyanga izimiso zikaNkulunkulu waso. Babuza kimi izehlulelo ezilungileyo, bayakuthokozela ukusondela kukaNkulukulu.


UJesu wambheka, wamthanda, wayesethi kuye: “Kunye vo okusakusilele; hamba uthengise ngakho konke onakho, uphe abampofu, khona-ke uzakuba nengcebo ezulwini, bese uza, ungilandele.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite