Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 1:7 - IsiZulu 2020

7 Wayeshumayela ethi: “Emva kwami kuza onamandla kunami, engingafanele nokuba ngikhothame ngithukulule umchilo wezicathulo zakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Washumayela wathi: “Emva kwami kuyeza onamandla kunami, engingafanele ukuba ngikhothame ngithukulule umchilo wezicathulo zakhe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Washumayela wathi: “Emva kwami kuyeza onamandla kunami, engingafanele ukukhothama ngithukulule umchilo wezicathulo zakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Washumayela wathi: “Emva kwami kuyeza onamandla kunami, engingafanele ukukhothama ngithukulule umchilo wezicathulo zakhe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 1:7
11 Referans Kwoze  

Ngasekupheleni kwempilo yakhe uJohane, wathi: ‘Nicabanga ukuthi ngingubani mina na? Mina angisiye, kodwa bhekani, uyeza emva kwami engingafanele ukukhumula ngisho isicathulo ezinyaweni zakhe.’


Lo ozayo emuva kwami, angifanele ngisho nokuthukulula umchilo wezicathulo zakhe.”


uJohane waphendula wathi kubo bonke: “Mina nginibhabhadisa ngamanzi, kodwa uyeza onamandla kunami engingafanele ngisho ukuthukulula umchilo wezicathulo zakhe, Yena-ke uzakunibhabhadisa ngoMoya oNgcwele nangomlilo.


“Mina nginibhabhadisa ngamanzi, kube ngukuphenduka. Kepha oza emva kwami, unamandla kunami, engingafanele ukuthukulula izicathulo zakhe. Uzakunibhabhadisa ngoMoya oNgcwele nangomlilo.


Kepha uJohane wazama ukumenqabela, ethi: “Yimi engidinga ukubhabhadiswa nguwe, kepha Wena uza kimi na?”


Wasukuma, wakhothama, ubuso bakhe bubheke phansi, wathi: “Bheka, incekukazi yakho mayibe yisigqila esigeza izinyawo zezinceku zenkosi yami.”


UJohane wayegqoke ingubo yoboya bekameli, ebophe umchilo woqhotho lwesikhumba okhalo lwakhe, edla izinkumbi noju lwasendle.


Mina nginibhabhadisa ngamanzi, kepha Yena uzakunibhabhadisa ngoMoya oNgcwele.”


UPawula wayesethi: “UJohane wabhabhadisa ngombhabhadiso wokuphenduka, ethi kubantu mabakholwe nguYena ozakufika emuva kwakhe; lowo nguJesu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite