Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 1:34 - IsiZulu 2020

34 Waphilisa abaningi ababephethwe yizifo ezinhlobonhlobo, wakhipha amadimoni amaningi; akawavumelanga amadimoni ukuba akhulume, ngokuba ayemazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Waphulukisa abaningi abaphethwe yizifo ngezifo, wakhipha amademoni amaningi, wayengawavumeli amademoni ukukhuluma, ngokuba ayemazi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

34 Waphulukisa abaningi ababephethwe yizifo ngezifo, wakhipha amademoni amaningi; njalo wayengawavumeli amadimoni ukuthi akhulume, ngoba ayemazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Waphulukisa abaningi ababephethwe yizifo ngezifo, wakhipha amademoni amaningi; njalo wayengawavumeli amadimoni ukuthi akhulume, ngoba ayemazi.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 1:34
6 Referans Kwoze  

Kwaphuma amadimoni kwabaningi, ememeza ethi: “Wena uyiNdodana kaNkulunkulu.” Kepha wawakhuza, kawavumelanga ukuba akhulume, ngokuba ayemazi ukuthi unguKhristu.


UJesu wabayalisisa omoya ababi ukuba bangalokothi bakudalule ukuthi ungubani.


Walihamba lonke iGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephilisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke.


UJesu wawukhuza umoya ongcolileyo, wathi: “Thula uthi du, uphume kuye!”


Udumo lwakhe lwasabalala kulo lonke iSiriya. Baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlungu, ababehlukunyezwa futhi bekhwelwe ngamadimoni, abanesithuthwane, nababefe uhlangothi, wabaphulukisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite