Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 1:22 - IsiZulu 2020

22 Abantu bamangaliswa ngukufundisa kwakhe, ngokuba wayebafundisa njengonegunya, hhayi njengezazimthetho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Bamangala ngokufundisa kwakhe; ngokuba wabafundisa njengonamandla, kungenjengababhali.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba wabafundisa njengonegunya, kungenjengababhali.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba wabafundisa njengonegunya, kungenjengababhali.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 1:22
14 Referans Kwoze  

Esefikile emzini wakubo, wabafundisa esinagogeni labo, baze bamangala, bathi: “Lo ngabe ukuthatha kuphi lokhu kuhlakanipha nala mandla na?


Izinceku zaphendula, zathi: “Akukho muntu osewake wakhuluma njengaloya muntu.”


Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba izwi lakhe lalinegunya.


“Izwi lami alinjengomlilo yini, nanjengesando esiqhekeza idwala na?” kusho uSimakade.


sizilahlile izinto ezifihliwe zehlazo, asihambi ngobuqili, futhi asiliphambanisi izwi likaNkulunkulu, kodwa ngokuveza obala iqiniso, sizincoma kunembeza wabantu bonke phambi kukaNkulunkulu.


Kepha abakwazanga ukumelana nokuhlakanipha noMoya ayekhuluma ngakho.


ngokuba Mina ngiyakunifunza amazwi nokuhlakanipha abangayukwazi ukumelana nakho noma baphikisane nakho bonke labo abalwa nani.


Khona manjalo esinagogeni labo kwakukhona umuntu onomoya ongcolileyo, wamemeza,


Bonke ababemuzwa bamangala ngokuqonda nangokuphendula kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite