Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 8:12 - IsiZulu 2020

12 Abangasendleleni, yilabo abathi sebelizwile, izwi, bese kufika uSathane, alisuse enhliziyweni yabo, funa bathi bangakholwa, basindiswe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Abangasendleleni yilabo abathi sebezwile, bese kufika uSathane, alisuse izwi enhliziyweni yabo ukuba bangakholwa, basindiswe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Abasendleleni yilabo abezwayo; bese kufika uSathane, alisuse izwi ezinhliziyweni zabo, funa bakholwe, basindiswe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Abasendleleni yilabo abezwayo; bese kufika uSathane, alisuse izwi ezinhliziyweni zabo, funa bakholwe, basindiswe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 8:12
13 Referans Kwoze  

Udrago omkhulu, inyoka endala okuthiwa nguMhlebi noSathane, odukisa umhlaba wonke; waphonswa phansi emhlabeni nezingelosi zakhe ezazinaye.


Abangasendleleni yilabo okuthi selihlwanyeliwe kubo izwi, balizwa, kodwa uSathane afike ngokushesha, alisuse izwi ebeselihlwanyelwe kubo.


Yilowo nalowo ozwa izwi lombuso, angaliqondi, kufika omubi ahlwithe okuhlwanyelwe enhliziyweni yakhe. Leyo ngehlwanyelwe ngasendleleni.


Zuza ukuhlakanipha, uzuze ukuqonda; ungakhohlwa, ungachezuki emazwini omlomo wami;


ngenxa yokuba bazonde ulwazi, bakhetha ukungamesabi uSimakade.


“Kwaphuma umhlwanyeli wayohlwanyela imbewu yakhe. Ekuhlwanyeleni kwakhe, enye imbewu yawela ngasendleleni; yanyathelwa, zayidla nezinyoni zezulu.


“Maye, kinina enishiya uSimakade, nikhohlwe yintaba yami engcwele, enihlelela iNhlanhla itafula, nenigcwalisela uMiselo iwayini elixhutshanisiweyo;


Ekuhlwanyeleni kwakhe enye imbewu yawela ngasendleleni, kwafika izinyoni zezulu zayidla, zayiqeda.


“Nakhu-ke okuqondwe yilo mzekeliso: imbewu iyizwi likaNkulunkulu.


Abasedwaleni, yilabo okuthi lapho belizwa izwi, balamukele ngokuthokoza, kodwa laba kabanampande, bayakholwa isikhashana, kuthi uma kufika isikhathi sokulingwa bahlubuke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite