Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 7:5 - IsiZulu 2020

5 ngokuba uyasithanda isizwe sakithi, nguye futhi osakhele isinagoge.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 ngokuba ithanda isizwe sakithi; yiyo esakhele isinagoge.*”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Ngokuba uyasithanda isizwe sakithi, wasakhela nesinagoge.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngokuba uyasithanda isizwe sakithi, wasakhela nesinagoge.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 7:5
10 Referans Kwoze  

Siyazi ukuthi sidlulile ekufeni, sangena ekuphileni, ngokuba siyabathanda abazalwane; ongabathandiyo uhlezi ekufeni.


KuKhristu ukusoka nokungasoki akusho lutho, kodwa ukukholwa okuvezwa wuthando.


UHiramu, inkosi yaseThire, wathuma izinceku zakhe kuSolomoni, ngokuba wayesezwile ukuthi ugcotshiwe ukuba abe yinkosi esikhundleni sikayise. UHiramu wayengumngani kaDavide zonke izinsuku zakhe.


Esefikile kuJesu, amncengisisa, ethi: “Ufanelekile lona ukuba umenzele lokhu,


UJesu wayesehamba nawo. Kuthe eseseduze nendlu yenduna yekhulu, induna yekhulu yathumela abahlobo bayo ukuba bathi kuye: “Nkosi, ungazihluphi, ngokuba angifanele ukuba ungangena phansi kophahla lwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite