Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 7:2 - IsiZulu 2020

2 Induna yekhulu yayinenceku eyithandayo eyayisigulela ukufa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Inceku yenduna yekhulu ethile ethandekayo kuyo yayigula, isizakufa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Kepha inceku yenduna yekhulu ethile ethandekayo kuyo yayigula, isizakufa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kepha inceku yenduna yekhulu ethile ethandekayo kuyo yayigula, isizakufa.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 7:2
24 Referans Kwoze  

yathi: “Makabongwe uSimakade, uNkulunkulu wenkosi yami u-Abhrahama, ongayekanga ukukhombisa umusa nokwethembeka kwakhe enkosini yami. Nami uSimakade ungiholile endleleni ngaze ngafinyelela emzini wesihlobo senkosi yami.”


Zinceku, lalelani ezintweni zonke labo abangamakhosi enu, ngokwemvelo, kungabi ngokuthenga amehlo njengabathokozisa abantu, kodwa ngenhliziyo eqotho, nesabe iNkosi.


Kwathi induna yekhulu isikubonile okwenzekileyo, yamdumisa uNkulunkulu, yathi: “Ngempela lo muntu ube ngolungileyo.”


ngokuba yayinendodakazi eyodwa vo, eneminyaka eli-12, eyayigulela ukufa. UJesu esaya lapho isixuku samminyanisa.


Induna yekhulu nalabo ababenayo beqaphe uJesu, bebona umhlaba uzamazama nalokho okwenzekileyo, besaba kakhulu, bathi: “Impela lo ubeyiNdodana kaNkulunkulu.”


Inceku ekhuliswa ngokutotoswa kwasebuntwaneni, isiphetho sayo siyoba sibi.


“Uma ngihambe ngokukhohlakala, nonyawo lwami lusheshile ukuya enkohlakalweni,


UDebhora, umzanyana kaRibheka wafa, wangcwatshwa phansi kwesihlahla somu-okhi ezansi neBhethele. Ngakho-ke sabizwa ngokuthi yi-Aloni Bhakhuthi.


kodwa induna yekhulu ithanda ukusindisa uPawula yawavimba enhlosweni yawo. Yayaleza ukuba labo abakwaziyo ukuhlamba baziphonse kuqala emanzini, baze bafike emhlabathini.


Ngakusasa safika echwebeni eSidoni, uJuliyase wamphatha kahle uPawula, wamvumela ukuba aye kubangani bakhe, anakekelwe kahle.


Kwathi sekunqunyiwe ukuba siye e-Ithaliya ngomkhumbi, banikela uPawula nezinye iziboshwa ezithile esandleni senduna yekhulu, igama layo nguJuliyase, eyebutho likaKhesari.


UPawula wabiza enye induna yekhulu, wathi kuyo: “Ake uyise le nsizwa enduneni yenkulungwane, kunokuthile ezakukubika kuyo.”


Yathi ukuba induna yekhulu ikuzwe lokho, yaya enduneni yenkulungwane, yabika yathi: “Uzokwenzenjani na? Ngokuba lo muntu ungumRoma?”


Isihambile ingelosi ebikhuluma naye, wabiza ababili kwabendlu yakhe nebutho elikholwayo kulawo ayeyizinceku zakhe,


Kwakukhona indoda ethile eKhesariya, igama layo kunguKhorneliyu, iyinduna yekhulu yebutho okuthiwa elase-Ithaliya.


Kwathi uJesu eseqedile ukukhuluma wonke lawo mazwi kubantu, wangena eKhaphernawume.


Isizwile ngoJesu, yathumela kuye amalunga abaJuda, ukuba ayomcela eze azokwelapha inceku yayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite