Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 6:1 - IsiZulu 2020

1 Kwathi ngesabatha, uJesu nabafundi bakhe bedabula emasimini, abafundi bakhe bakha izikhwebu, bazihlikihla ngezandla, bazidla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ngesabatha wadabula amasimu; abafundi bakhe bakha izikhwebu, badla bezihlikihla ngezandla.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi ngesabatha lesibili ngesabatha lokuqala, wadabula amasimu; abafundi bakhe bakha izikhwebu, badla, bezihlikihla ngezandla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi ngesabatha lesibili ngesabatha lokuqala, wadabula amasimu; abafundi bakhe bakha izikhwebu, badla, bezihlikihla ngezandla.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 6:1
10 Referans Kwoze  

“Uma ungena ezinhlangeni zokusanhlamvu kwamakhelwane wakho, uyakukha izikhwebu ngesandla sakho, kodwa awuyukulisebenzisa isikela ezinhlangeni zokusanhlamvu kwamakhelwane wakho.”


Ngosuku lokuqala niyokuba nomhlangano ongcwele, aniyukwenza msebenzi.


Niyakudla isinkwa esingenamvubelo izinsuku eziyisikhombisa. Ngosuku lokuqala niyakukhipha imvubelo ezindlini zenu, ngokuba lowo oyokudla isinkwa esinemvubelo kusukela osukwini lokuqala kuze kube lusuku lwesikhombisa uyodingiswa kwa-Israyeli.


“Uyozibalela amasonto ayisikhombisa; kusukela esikhathini oqale ngaso ukuvuna okusanhlamvu, uqale ubale amasonto ayisikhombisa.


“ ‘Ngosuku olulandela isabatha eniyoletha ngalo isithungo somnikelo wokuzungeziswa, niyozibalela amasabatha ayisikhombisa apheleleyo;


Akukho muntu othi esephuze iwayini elidala, abuye afune elisha, ngokuba uthi elidala limnandi.”


Kwathi ngelinye isabatha uJesu wangena esinagogeni, wafundisa. Kwakukhona lapho umuntu owayeshwabene isandla sokunene.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite