Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 22:5 - IsiZulu 2020

5 Bathokoza, base bevumelana naye ngokumkhokhela imali.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Bathokoza, bavumelana naye ukumnika imali.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Base bejabula, bavumelana naye ukumnika imali.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Base bejabula, bavumelana naye ukumnika imali.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 22:5
11 Referans Kwoze  

Maye, kubo, ngokuba bahamba endleleni kaKhayini, bagijimela nasephutheni likaBhalamu alenza ngenxa yomvuzo; babhubha njengoKhora owahlubukayo.


Bashiye indlela eqondileyo, baduka, balandela indlela kaBhalamu indodana kaBheyori owayethanda umvuzo ongalungile.


futhi ngenxa yobugovu babo, bayakunihlukumeza ngamazwi obuqili. Ukulahlwa kwabo okwamenyezelwa kusukela emandulo akulibali, nokubhujiswa kwabo akozeli.


Kepha uPhethro wathi kuye: “Isiliva lakho malibhubhe kanye nawe, ngokuba ucabanga ukuthi isipho sikaNkulunkulu singathengwa ngemali.


Ngakho-ke lowo wazuza insimu ngomvuzo wokungalungi, wawa ngekhanda, waphahlazeka, kwachitheka nezibilini zakhe zaphumela ngaphandle.


Wasuka wayobhunga nabaphristi abakhulu nezinduna, ukuthi angamkhaphela kanjani uJesu kubo.


Wavuma-ke, wayesefuna ithuba lokumkhaphela, singekho isixuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite