Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 22:3 - IsiZulu 2020

3 USathane wangena kuJuda okuthiwa u-Iskariyothe, owayengomunye wabalishumi nambili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kepha uSathane wangena kuJuda othiwa u-Iskariyothe engowabayishumi nambili.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Khona uSathane wangena kuJuda othiwa u-Iskariyothe engowabayishumi nambili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Khona uSathane wangena kuJuda othiwa u-Iskariyothe engowabayishumi nambili.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 22:3
16 Referans Kwoze  

Sekudliwa isidlo sakusihlwa, usathane wayesekufakile enhliziyweni kaJuda Iskariyothe kaSimoni ukuba amkhaphele.


“Angikhulumi ngani nonke, ngokuba ngiyabazi engibakhethileyo. Kepha ukuze kugcwaliseke umbhalo othi: “ ‘Odla isinkwa sami ungiphendukele.’


UPhethro wayesethi: “Ananiya, kungani ukuba uSathane agcwalise inhliziyo yakho, uqambe amanga kuMoya oNgcwele, ugodle ingxenye yemali yezwe na?


Kepha isandla songikhaphelayo sinami lapha etafuleni.


Ngisho nomhlobo wami ebengimethemba, ngimupha ukudla kwami, usengiphendukele.


Lokho wakusho, hhayi ngokuba ekhathalela abampofu, kodwa ngokuba eyisela futhi ephatha isikhwama semali, ayebuye ebe okufakwa kuso.


uJuda kaJakobe, noJuda Iskariyothe owamkhaphelayo.


Kepha waphendula, wathi: “Lowo ofake isandla kanye nami esitsheni, nguye ozakungikhaphela.


UJesu wayesethi kuye: “Suka, Sathane, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Wokhuleka eNkosini uNkulunkulu wakho, umkhonze Yena yedwa.’ ”


uSimoni umKhanani, noJuda Iskariyothe, lo owakhaphela uJesu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite