Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 21:9 - IsiZulu 2020

9 Uma nizwa ngezimpi nangeziyaluyalu, ningesabi, ngokuba kufanele ukuba zenzeke lezi zinto kuqala, kodwa kuyobe kungakabi umhla wokuphela.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Nxa nizwa ngezimpi neziyaluyalu, ningethuki, ngokuba kumelwe ukuba kwenzeke lokho kuqala, kepha ukuphela akukabikho masinyane.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Kepha nxa nizwa ngezimpi neziyaluyalu, ningethuki; kepha ukuphela akusikho masinyane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kepha nxa nizwa ngezimpi neziyaluyalu, ningethuki; kepha ukuphela akusikho masinyane.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 21:9
13 Referans Kwoze  

Kepha uma sekuqala ukwenzeka lokho, sukumani nime, niphakamise amakhanda enu, ngokuba ukuhlengwa kwenu sekusondele.”


“Ningakubizi ngokuthi wuzungu konke lokhu laba bantu abathi wuzungu. Ningakwesabi abakwesabayo; ningabi naluvalo ngakho.


Akayesabi imibiko emibi, inhliziyo yakhe ayiguquki, yethemba uSimakade.


Wathi: “Qaphelani, ningadukiswa, ngokuba kuyakuvela abaningi egameni lami, bathi: ‘Nginguye,’ babuye bathi: ‘Isikhathi sesisondele.’ Ningabalandeli.


Wayesethi kubo: “Isizwe siyakuvukela isizwe, nombuso uvukele umbuso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite