Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 21:7 - IsiZulu 2020

7 Base bembuza bethi: “Mfundisi, lokhu kuyakwenzeka nini, futhi siyakuba yini isibonakaliso sokuthi sekuzakwenzeka na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Base bembuza bethi: “Mfundisi, lokhu kuyakuba nini na? Nesibonakaliso siyakuba yini, lapho sekuyakwenzeka lokhu, na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Basebembuza besithi: Mfundisi, kodwa lezizinto zizakuba nini? futhi siyakuba yini isibonakaliso lapho lezi zinto zizokwenzeka na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Basebembuza besithi: Mfundisi, kodwa lezizinto zizakuba nini? futhi siyakuba yini isibonakaliso lapho lezi zinto zizokwenzeka na?

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 21:7
13 Referans Kwoze  

“Kepha uma nibona amanyala echithakele lapho kungafanele khona – ofundayo makaqaphele. AbaseJudiya mababalekele ezintabeni,


“Ngiqinisile ngithi kini: lesi sizukulwane asiyukwedlula kungakenzeki konke lokho.


Esahleli eNtabeni Yeminqumo, abafundi beza kuye ngasese, bathi: “Sitshele ukuthi lokhu kuyakwenzeka nini, futhi siyakuba yini isibonakaliso sokufika kwakho, nomhla wokuphela na?”


Ngakuzwa, kepha angiqondanga, ngase ngithi: “Nkosi yami, isiphetho salokho siyakuba yini na?”


Omunye wathi kumuntu owembethe ilineni, owayephezu kwamanzi omfula: “Ziyakuphela nini lezi zimangaliso na?”


“Kuyakufika izinsuku lapho kulokhu enikubonayo, kungayukushiywa itshe phezu kwelinye elingayukudilizelwa phansi.”


Wathi: “Qaphelani, ningadukiswa, ngokuba kuyakuvela abaningi egameni lami, bathi: ‘Nginguye,’ babuye bathi: ‘Isikhathi sesisondele.’ Ningabalandeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite