Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 21:4 - IsiZulu 2020

4 Ngokuba bonke laba abanye bafake emnikelweni bethatha kokuningi; kodwa yena ekuntuleni kwakhe, ukhiphe konke abephila ngakho.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngokuba bonke laba babeka eminikelweni kokuchichimileyo kwabo, kepha yena ebumpofini bakhe ubeke konke abephila ngakho.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Ngokuba bonke laba baphosele eminikelweni kaNkulunkulu kokuchichima kwabo, kepha yena ekusweleni kwakhe ubeke konke abephila ngakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokuba bonke laba baphosele eminikelweni kaNkulunkulu kokuchichima kwabo, kepha yena ekusweleni kwakhe ubeke konke abephila ngakho.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 21:4
7 Referans Kwoze  

Encane yathi kuyise: ‘Baba, nginike isabelo sefa esingesami;’ uyise wawabela ifa.


Kwakungekho osweleyo phakathi kwabo, ngokuba bonke ababengabanikazi bamazwe noma bezindlu bathengisa ngakho, imali yalokho ababekuthengisile bayiletha,


Owesifazane owayenesifo somopho iminyaka eli-12, owayesezame kwabaningi efuna ukuphulukiswa kodwa akaze akuthola.


ngokuba bonke bacaphune kokuningi abanakho banikela, kodwa lo mfelokazi ekusweleni kwakhe, unikele ngakho konke anakho, konke abephila ngakho.”


UJesu wayesethi: “Ngiqinisile ngithi kini: lo mfelokazi ompofu ufake okuningi kunabo bonke.


Uma kukhona ukulangazela, nesipho siyemukeleka njengalokhu umuntu ethanda, kungayi ngalokho angenakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite