Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 2:7 - IsiZulu 2020

7 Wazibula ngendodana, wayisonga ngendwangu, wayilalisa emkhombeni, ngokuba beswela indawo endlini yezihambi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Wazibula ngendodana, wayembesa, wayilalisa emkhombeni, ngokuba bantula indawo endlini yezihambi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Wazala izibulo lakhe, wayisonga ngezindwangu, walilalisa emkhombeni; ngoba kwakungelandawo yabo endlini yezihambi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wazala izibulo lakhe, wayisonga ngezindwangu, walilalisa emkhombeni; ngoba kwakungelandawo yabo endlini yezihambi.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 2:7
16 Referans Kwoze  

Kepha lapho sesifikile isikhathi esimisiweyo, uNkulunkulu wathumela iNdodana yakhe, eyazalwa ngowesifazane, izelwe phansi komthetho,


ULizwi waba ngumuntu, wahlala phakathi kwethu. Sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo yozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.


Ngokuba niyawazi umusa weNkosi yethu uJesu uKhristu ukuthi, ngenxa yenu waba mpofu nakuba ayecebile, ukuze ngobuphofu bakhe nina nicebe.


akazange alale naye, waze wazala indodana; wayiqamba igama wathi nguJesu.


UJesu wayesethi kuso: “Izimpungushe zinemigodi, nezinyoni zezulu zinezidleke, kodwa iNdodana yomuntu kayinandawo lapho ingacamelisa khona ikhanda.”


Ngakho-ke iNkosi uqobo izokunika isibonakaliso: intombi izakukhulelwa, izale indodana, iyiqambe ngokuthi ngu-Imanuweli.


Lo akasiyo yini indodana yombazi? Unina akusiye yini uMariya, nabafowabo akusibo yini oJakobe, uJosefa, uSimoni noJuda na?


Kepha mina angisemuntu, ngiyimpethu nje; ngiyisigcono sabantu, nendelelo ezizweni.


waya kuye, wambopha amanxeba, wathela amafutha newayini kuwo, wamgibelisa esilwaneni sakhe, wamusa endlini yezihambi, wamnakekela.


Esendleleni, endaweni yokuphumula, uSimakade wahlangana naye, wafuna ukumbulala.


Omunye kuthe evula isaka lakhe esikhungweni sokulala ukuba anike imbongolo yakhe ukudla, wafica imali yakhe emlonyeni wesaka.


Kuthe lapho sesifike endlini yezihambi, sathi sivula amasaka ethu, kwaba yilowo nalowo wakhangwa yimali isemlonyeni wesaka lakhe, iphelele njengoba sasiyikhokhile, kodwa nansi ezandleni zethu siyibuyisile.


Kwathi beselapho, safika isikhathi sokuba uMariya abelethe.


Kwakukhona abelusi kulelo lizwe ababehlezi endle, belinda umhlambi wabo ebusuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite