Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 2:16 - IsiZulu 2020

16 Baphuthuma baya khona, bafica uMariya, noJosefa, nomntwana elele emkhombeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Bephuthuma bafika, bafumanisa oMariya noJosefa, nomntwana olele emkhombeni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Basebesiza ngokuphangisa, bafica uMariya, loJosefa, losane lulele emkhombeni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Basebesiza ngokuphangisa, bafica uMariya, loJosefa, losane lulele emkhombeni.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 2:16
8 Referans Kwoze  

Ababethunyiwe bahamba, bathola kunjengalokhu ayebatshelile.


Lokhu kuyisibonakaliso kini: Niyakufumana umntwana esongiwe, elele emkhombeni.”


Wazibula ngendodana, wayisonga ngendwangu, wayilalisa emkhombeni, ngokuba beswela indawo endlini yezihambi.


Sebehambile, bafumana kunjengoba ayeshilo kubo, base belungisela iPhasika.


Ngalezo zinsuku uMariya wasuka waya ngokushesha kwelezintaba emzini wakwaJuda.


Noma yini isandla sakho esiyitholayo yenze ngamandla akho wonke, ngokuba akukho msebenzi, namcabango, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Kwathi ukuba zihambe izingelosi, zibuyela ezulwini, abelusi bathi omunye komunye: “Masihambe manje siye eBhethlehema, sibone le nto eyenzekileyo, iNkosi esazise ngayo.”


Sebebonile, balanda ngalelo lizwi ababelitsheliwe ngalo mntwana.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite