Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 2:12 - IsiZulu 2020

12 Lokhu kuyisibonakaliso kini: Niyakufumana umntwana esongiwe, elele emkhombeni.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Nalokhu kuyisiboniso kini: niyakufumana umntwana embesiwe, elele emkhombeni.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Lokhu kuyakuba yisibonakaliso kini; Niyakufumana umntwana esongwe ezindwangu, elele emkhombeni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Lokhu kuyakuba yisibonakaliso kini; Niyakufumana umntwana esongwe ezindwangu, elele emkhombeni.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 2:12
11 Referans Kwoze  

Ngakho-ke iNkosi uqobo izokunika isibonakaliso: intombi izakukhulelwa, izale indodana, iyiqambe ngokuthi ngu-Imanuweli.


“Zicelele isibonakaliso kuSimakade uNkulunkulu wakho, sibe ngesijule njengendawo yabafileyo noma ngesiphakame njengezulu.”


Kepha mina angisemuntu, ngiyimpethu nje; ngiyisigcono sabantu, nendelelo ezizweni.


UHezekiya wayesethi ku-Izaya: “Siyakuba yini isibonakaliso esizongitshengisa ukuthi uSimakade impela uzongiphilisa, nokuthi ngiyokhuphukela endlini kaSimakade ngosuku lwesithathu na?”


“Lokhu kuyakuba yisibonakaliso kuwe: niyakudla ngalo nyaka okuzikhulelayo, nangonyaka wesibili isihlabane, nangonyaka wesithathu hlwanyelani, nivune, nitshale izivini, nidle izithelo zazo.


“ ‘Lokhu kuyakuba yisiboniso kuwe esiyakwehlela amadodana akho amabili, uHofini noFinehasi; ngalusuku lunye, bayakufa bobabili.


Wathi: “Ngizokuba nawe. Lesi kuyakuba yisibonakaliso sokuthi ngikuthumile: uma usubakhiphile abantu eGibhithe, niyakumkhonza uNkulunkulu kule ntaba.”


Wazibula ngendodana, wayisonga ngendwangu, wayilalisa emkhombeni, ngokuba beswela indawo endlini yezihambi.


Masinyane kwaba khona kanye nengelosi uquqaba lwebandla lasezulwini, lumdumisa uNkulunkulu, luthi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite