Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 18:3 - IsiZulu 2020

3 Kulowo muzi kwakukhona futhi umfelokazi owayelokhu egqigqa, ethi kuye: ‘Ngenzele ubulungiswa maqondana nomelene nami.’

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kulowo muzi kwakukhona futhi umfelokazi owayelokhu efika kuye, ethi: ‘Ngizwele esitheni sami.’

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Kwakukhona futhi kulowo muzi umfelokazi; weza kuye, wathi: Ngiphindisele esitheni sami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kwakukhona futhi kulowo muzi umfelokazi; weza kuye, wathi: Ngiphindisele esitheni sami.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 18:3
13 Referans Kwoze  

Fundani ukwenza okuhle, nifune ubulungiswa, nimelane nabacindezeli, nivikele izintandane, nimele abafelokazi.


“ ‘Makaqalekiswe ohlanekezela isehlulelo kongumfokazi, intandane, nongumfelokazi.’ “Bonke abantu bayothi: ‘Amen.’


Bakhuluphele, bayacwebezela, yebo, ububi babo abunamkhawulo, abehluleli ngokulunga, abazimeli izintandane ukuba nazo ziphumelele, abawalweli amalungelo abampofu.


Isibusiso sowayesezobhubha sasehlela kimi, ngayenza yahuba ngenjabulo inhliziyo yomfelokazi.


Uxoshe abafelokazi bengenalutho, wafihliza izingalo zezintandane.


“Shesha uzwane nolwa nawe nisesendleleni, funa olwa nawe akunikele kumehluleli, umehluleli akunikele esikhonzini, uphonswe ejele.


Wathi: “Emzini othile kwakukhona umehluleli othile owayengamesabi uNkulunkulu, futhi engenandaba namuntu.


“Kwaba yisikhathi eside umehluleli engathandi. Kepha kamuva wadlinza, wathi: ‘Nakuba ngingamesabi uNkulunkulu, futhi ngingenandaba namuntu,


kodwa-ke ngokuba lo mfelokazi ulokhu engibelesele, ngizakumenzela ubulungiswa, funa ekugcineni angicasule.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite