Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 18:2 - IsiZulu 2020

2 Wathi: “Emzini othile kwakukhona umehluleli othile owayengamesabi uNkulunkulu, futhi engenandaba namuntu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wathi: “Kwakukhona emzini othile umahluleli othile owayengamesabi uNkulunkulu, enganaki muntu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 esithi: Kwakukhona emzini othile umahluleli owayengamesabi uNkulunkulu, enganaki muntu;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 esithi: Kwakukhona emzini othile umahluleli owayengamesabi uNkulunkulu, enganaki muntu;

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 18:2
14 Referans Kwoze  

“Kwaba yisikhathi eside umehluleli engathandi. Kepha kamuva wadlinza, wathi: ‘Nakuba ngingamesabi uNkulunkulu, futhi ngingenandaba namuntu,


Olungileyo uyalazi ilungelo lompofu, kodwa omubi akaqondi lutho.


Kukhala ibhungane emigwaqweni, izihambi azisabonwa ezindleleni. Isivumelwano sichithiwe, imizi kayisanakiwe, nokuphila komuntu akushaywa mkhuba.


Kulowo muzi kwakukhona futhi umfelokazi owayelokhu egqigqa, ethi kuye: ‘Ngenzele ubulungiswa maqondana nomelene nami.’


“Umnininisivini wathi: ‘Ngizakwenzenjani manje na? Ngizakuthumela indodana yami ethandekayo; mhlawumbe bazakuyihlonipha.’


Futhi-ke sasinobaba bethu begazi ababesiyala, futhi sibahlonipha. Pho singemthobele ngani kakhulu uYise wawomoya kunobaba, siphile na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite