Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 13:12 - IsiZulu 2020

12 UJesu embona, wambiza, wathi kuye: “Mame, usuphilisiwe ekuguleni obunakho.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kwathi uJesu embona, wambiza, wathi kuye: “Mame, ukhululiwe ebuthakathakeni bakho.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Kwathi uJesu embona, wambiza, wathi kuye: Mame, ukhululiwe ebuthakathakeni bakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kwathi uJesu embona, wambiza, wathi kuye: Mame, ukhululiwe ebuthakathakeni bakho.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 13:12
9 Referans Kwoze  

Wathumela izwi lakhe, wabaphilisa, wabahlenga emathuneni abo.


Kwathi kusihlwa, baletha kuye abaningi abanamadimoni, wabakhipha omoya ngezwi, wabaphulukisa bonke abagulayo,


Bekungafanele yini-ke lo oyindodakazi ka-Abhrahama, obeboshwe nguSathane, iminyaka eli-18, ukuba akhululwe kulokho kuboshwa ngosuku lwesabatha na?”


Cangcathani amageja enu abe zinkemba, iziphundli zenu zibe yimikhonto, obuthakathaka makathi ngiyiqhawe.


“Ngavuma ukufunwa yilabo abangangicelanga, ngafunyanwa ngabangazange bangifune, ngathi: ‘Ngilapha, ngilapha,’ esizweni esingabizwanga ngeGama lami.


Walihamba lonke iGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephilisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke.


Lapho kwakukhona owesifazane owayenomoya omubi usumgulise iminyaka eli-18; wayeseze waqhotha, engasakwazi ukuma aqonde.


Wabeka izandla phezu kwakhe, wayeselulama khona manjalo, wamdumisa uNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite