Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 11:8 - IsiZulu 2020

8 Ngithi kini: noma engezukuvuka amnike utho ngokuba engumngani wakhe, kodwa ngenxa yokubelesela kwakhe uyakumnikeza konke akudingayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngithi kini: Noma engazukuvuka amnike ngokuba engumhlobo wakhe, nokho ngenxa yokukhongisisa kwakhe uyakuvuka amnike konke akudingayo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Ngithi kini: Noma engazukuvuka amnike, ngokuba engumngane wakhe, nokho ngenxa yokuphikelela kwakhe uyakuvuka amnike konke akudingayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngithi kini: Noma engazukuvuka amnike, ngokuba engumngane wakhe, nokho ngenxa yokuphikelela kwakhe uyakuvuka amnike konke akudingayo.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 11:8
10 Referans Kwoze  

Wayesethi kuJakobe: “Ngiyeke ngihambe ngokuba sekuyasa.” Wayiphendula wathi: “Anginakukudedela ungakangibusisi.”


Uyakhonza kini u-Efratha ongomunye wenu, inceku kaKhristu uJesu, enilwela njalo emithandazweni, ukuze nime niphelele, niqinisekile entandweni yonke kaNkulunkulu.


Ngiyanincenga manje, bazalwane, ngenxa yeNkosi yethu uJesu Khristu nangenxa yothando lukaMoya, ukuba nibambisane nami ekungikhulekeleni kuNkulunkulu,


Ngiyathanda ukuba nazi ukuthi nginikhandlekela kakhulu kangakanani nina nabaseLawodikheya nabo bonke abangakaze bangibone ngamehlo,


Mayelana nalokhu, ngayinxusa iNkosi, amahlandla amathathu, ukuba ilisuse kimi.


bese umngani esendlini aphendule athi: ‘Ungangihluphi; sekuvaliwe emnyango, sesilele, mina kanye nabantwana bami; anginakuvuka, ukuba ngikunike utho.’


Wakhala phambi kwakhe kwaze kwaphela izinsuku eziyisikhombisa zedili labo, kodwa ngenxa yokuba wayelokhu embelesele, ngosuku lwesikhombisa uSamsoni wamtshela. Wayesebachazela abakubo imfumbe.


Kwathi esaqhubeka nokukhuleka phambi kukaSimakade, u-Eli wawuqaphela umlomo wakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite