Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 10:1 - IsiZulu 2020

1 Sekwedlule konke lokho, iNkosi yakhetha abanye abangama-70, yabathumela ngababili ukuba bayandulele, baye emizini nasezindaweni zonke ezakuya kuzo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Emva kwalokho iNkosi yamisa abanye abangamashumi ayisikhombisa, yabathumela ngababili phambi kwayo emizini nasezindaweni zonke ebizakuya kuzo yona.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kamora tseo, Morena a bea ba bang ba mashome a supileng, mme a ba roma ka bobedi, hore ba mo etelle pele metseng yohle le nqalong tsohle moo yena a neng a tla ya teng.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kamora tseo, Morena a bea ba bang ba mashome a supileng, mme a ba roma ka bobedi, hore ba mo etelle pele metseng yohle le nqalong tsohle moo yena a neng a tla ya teng.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 10:1
14 Referans Kwoze  

Wathumela izithunywa, zamendulela; zahamba, zangena emzini wamaSamariya ukuba zimlungiselele.


USimakade wakhuluma kuMose, wathi: “Ngiqoqele amadoda angama-70 kumalunga akwa-Israyeli, owaziyo ukuthi angamalunga nezinduna zabantu. Uwalethe ethendeni lokuhlangana, ayoma lapho kanye nawe.


Nawe-ke, mntwana, uyakuthiwa ungumphrofethi woPhezukonke, ngokuba uyakuyandulela iNkosi; ulungisa izindlela zayo


Uyakuhamba phambi kwayo enomoya namandla ka-Eliya ukuphendula izinhliziyo zawoyise, babuyisane nabantwana, abangalaleliyo babe nokuqonda kwabalungileyo, ukulungisela iNkosi isizwe esikulungiselweyo ukufika kwayo.”


INkosi yakubona lokho, yaba nesihe, yathi kuye: “Ungakhali.”


Lapho kwakumi abantu abangama-70, abangamalunga endlu yakwa-Israyeli; phakathi kwabo kunoJahazaniya, indodana kaShafani. Yilowo nalowo muntu wayephethe ngesandla isitsha sakhe sempepho, nephunga lefu lempepho lenyukela phezulu.


wabathumela eNkosini, wathi: “Unguye yini ozayo, noma silindele omunye na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite