Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 1:9 - IsiZulu 2020

9 ngokomthetho wobuphristi, kwaba nguye owadliwa wunkatho ukuba angene ethempelini leNkosi, azoshisa impepho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 ngokomthetho wobupristi kwaba nguye owabelwa ukungena ethempelini leNkosi, azoshisa impepho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Njengomkhuba wobupristi, kwaba yinkatho yakhe ukushisa impepho, lapho engena ethempelini leNkosi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Njengomkhuba wobupristi, kwaba yinkatho yakhe ukushisa impepho, lapho engena ethempelini leNkosi.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 1:9
10 Referans Kwoze  

Madodana ami, ningabi ngabanganaki, ngokuba nina uSimakade unikhethile ukuba nime phambi kwakhe, nimkhonze, nibe yizikhonzi zakhe, nishise impepho.”


Amadodana ka-Amramu: ngu-Aroni noMose. U-Aroni wahlukaniswa wangcweliselwa izinto ezingcwelengcwele, yena namadodana akhe, kuze kube phakade, ukuba ashise impepho phambi kukaSimakade, amkhonze, nokuba abusise egameni likaSimakade, kuze kube phakade.


Ngamkhetha kuzo zonke izizwana zakwa-Israyeli ukuba abe ngumphristi wami, anikele e-althare lami, ashise impepho kulo, embathe ingubo yamahlombe phambi kwami, ngayinika indlu kayihlo yonke iminikelo yomlilo yabantu bakwa-Israyeli.


zaba yisikhumbuzo kubantu bakwa-Israyeli, ukuze kungabi bikho mfokazi ongesiye owozalo luka-Aroni oyakulokotha asondele ashise impepho phambi kukaSimakade; ukuze angabi njengoKhora neviyo lakhe, njengalokhu uSimakade akhuluma kuye ngoMose.


Uma konke sekuhleliwe, abaphristi bayangena njalo engxenyeni yokuqala engcwele ukuzokwenza imisebenzi yabo yokukhonza.


Kepha lapho esenamandla, inhliziyo yakhe yaqala ukuzikhukhumeza, waze waziphatha kabi, akethembeka kuSimakade uNkulunkulu, wangena ethempelini likaSimakade washisa impepho e-althare lempepho.


U-Aroni namadodana akhe babeshiya iminikelo e-althare leminikelo yokushiswa nase-althare lempepho, benza wonke umsebenzi endaweni engcwelengcwele, benzela u-Israyeli ukubuyisana njengakho konke ayale ngakho uMose, inceku kaNkulunkulu.


Waziphonsa ethempelini izinhlamvu zesiliva, wahamba; esehambile, wazikhunga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite