Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 1:43 - IsiZulu 2020

43 Kwenzeka kanjani lokhu kimi ukuba ngihanjelwe ngunina weNkosi yami na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Ngehlelwe kanjani yilokhu ukuba unina weNkosi yami ahambele kimi na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

43 Kuzuzeni lokhu ukuba unina weNkosi yami eze kimi na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Kuzuzeni lokhu ukuba unina weNkosi yami eze kimi na?

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 1:43
15 Referans Kwoze  

UThomase waphendula, wathi kuye: “Nkosi yami, Nkulunkulu wami!”


Ningenzi lutho ngombango nangokuziphakamisa okuyize, kodwa ngokuzithoba, nazise abanye ngokungathi bakhulu kunani.


ukuthi namuhla nizalelwe uMsindisi, onguKhristu iNkosi, emzini kaDavide.


USimakade wathi eNkosini yami: “Hlala ngakwesokunene sami, ngize ngenze izitha zakho zibe yisenabelo sezinyawo zakho.”


Wasukuma, wakhothama, ubuso bakhe bubheke phansi, wathi: “Bheka, incekukazi yakho mayibe yisigqila esigeza izinyawo zezinceku zenkosi yami.”


Yebo impela, ngikushaya indiva ngenxa yobukhulu bokumazi uKhristu uJesu iNkosi yami, engilahlekelwe yikho konke ngenxa yakhe, ngikushaya izibi ukuze ngizuze uKhristu,


Ningibiza nithi: ‘Mfundisi, Nkosi.’ Yebo, nisho kahle, ngokuba ngiyikho.


Ngakho-ke angifanele ukuba ngingeza kuwe, kodwa khipha izwi nje, ukuze inceku yami isinde.


Kepha uJohane wazama ukumenqabela, ethi: “Yimi engidinga ukubhabhadiswa nguwe, kepha Wena uza kimi na?”


URuthi wakhothama wathi mbo ngobuso emhlabathini, wathi kuBhowazi: “Yini ukuba ube nomusa ongaka, uze unginakekele kangaka ngibe ngingowezizwe, na?”


Kwathi uJesu esakhuluma nezixuku, unina nabafowabo bema ngaphandle befuna ukukhuluma naye.


wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Ubusisiwe wena esifazaneni! Sibusisiwe nesithelo sesisu sakho!


Ngokuba kuthe lapho izwi lokubingelela kwakho lifika ezindlebeni zami, umntwana wagxuma ngokujabula esiswini sami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite