Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 8:33 - IsiZulu 2020

33 Ababezelusile babaleka, baya emzini, babika konke okwakwenzekile, nalokho okwakwenzeke kwabanamadimoni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Kodwa ababezalusa babaleka, baya emzini, babika konke, nalokho okwehlele abakhwelwe ngamademoni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 Abelusi babaleka, baya emzini, babika konke, nalokho okwehlele abakhwelwe ngamademoni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Abelusi babaleka, baya emzini, babika konke, nalokho okwehlele abakhwelwe ngamademoni.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 8:33
6 Referans Kwoze  

Udumo lwakhe lwasabalala kulo lonke iSiriya. Baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlungu, ababehlukunyezwa futhi bekhwelwe ngamadimoni, abanesithuthwane, nababefe uhlangothi, wabaphulukisa.


Kwathi kusihlwa, baletha kuye abaningi abanamadimoni, wabakhipha omoya ngezwi, wabaphulukisa bonke abagulayo,


UJesu wathi kuwo: “Hambani.” Ayesephuma, angena ezingulubeni. Bheka, umhlambi wonke wakhalakathela esiweni, waphonseka olwandle, wafela emanzini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite