Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 8:1 - IsiZulu 2020

1 Kwathi lapho uJesu ehla entabeni, walandelwa yizixuku eziningi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 8:1
12 Referans Kwoze  

UJesu ebona isixuku simzungezile, wayala ukuba kuwelelwe ngaphesheya.


Izixuku eziningi zamlandela kusukela eGalile, eDekapholi, eJerusalema, eJudiya nangaphesheya kweJordani.


Kepha imibiko ngaye yasabalala kakhulu. Izixuku eziningi zaba naye ukuze zilalele, futhi ziphulukiswe ezifweni zazo.


UJesu nabafundi bakhe basuka baya ngasolwandle. Izixuku zamlandela, zivela eGalile naseJudiya,


Kuthe sebephuma eJerikho, balandelwa yisixuku esikhulu.


Izixuku ezinkulu zamlandela, waziphulukisa.


Isixuku esikhulu seza kuye silethe izinyonga, izimpumputhe, izimungulu, izilima, nabanye abaningi. Bababeka ngasezinyaweni zakhe; wabaphulukisa.


Kepha uJesu ekwazi lokho wasuka lapho. Abaningi bamlandela, wabaphilisa bonke.


ngokuba wayebafundisa njengonegunya, kungenjengezazimthetho zabo.


Kwase kuza umuntu onochoko, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi, uma uthanda, ungangihlambulula.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite