Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 6:8 - IsiZulu 2020

8 Ngakho-ke ningabi njengabo, ngokuba uYihlo uyakwazi enikuswelayo ningakakuceli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngakho-ke maningafani nabo; ngokuba uYihlo uyakwazi enikuswelayo ningakaceli kuye.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Ngakho maningafani nabo, ngokuba uYihlo uyakwazi enikusweleyo ningakaceli kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngakho maningafani nabo, ngokuba uYihlo uyakwazi enikusweleyo ningakaceli kuye.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 6:8
6 Referans Kwoze  

Ngokuba konke lokhu kufunwa ngabezizwe; ingani uYihlo wasezulwini uyazi ukuthi niyakudinga konke lokhu.


Ngokuba konke lokhu kufunwa ngabezizwe baleli lizwe; kodwa uYihlo uyazi ukuthi niyakudinga lokhu.


Ningakhathazeki ngalutho, kodwa kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngomkhuleko, ngokunxusa nangokubonga.


Nkosi, zonke izifiso zami ziphambi kwakho, ukububula kwami akufihlakele kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite