Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 6:21 - IsiZulu 2020

21 Ngokuba lapho kukhona ingcebo yakho, nenhliziyo yakho iyakuba khona lapho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngokuba lapho kukhona ingcebo yakho, nenhliziyo yakho iyakuba khona lapho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Ngokuba lapho kukhona ingcebo yenu, nenhliziyo yenu iyakuba-khona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngokuba lapho kukhona ingcebo yenu, nenhliziyo yenu iyakuba-khona.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 6:21
14 Referans Kwoze  

Thina asibheki okubonwayo, kodwa okungabonwayo; ngokuba okubonwayo kungokwesikhashana, kepha okungabonwa kungokwaphakade.


Ngokuba lapho ingcebo yenu ikhona, nenhliziyo yenu iyakuba khona lapho.”


Gcina inhliziyo yakho kukho konke okulondayo, ngokuba yona ingumthombo wokuphila.


Uyoba ngukuzinza esikhathini senu, abe ngukuphelela kokusindiswa, ukuhlakanipha nokwazi; ukumesaba uSimakade kuyakuba yingcebo yakhe.


Bazalwane, qaphelani ukuba kungabi bikho nakoyedwa inhliziyo embi, engakholwayo, emhlubukisa kuNkulunkulu ophilayo,


Jerusalema, hlanza ububi obusenhliziyweni yakho, ukuze usindiswe. Kuyoze kube nini imicabango yakho emibi ihleli ezibilini zakho na?


Nzalo yezinyoka, ningakukhuluma kanjani okuhle nibe nibabi na? Ngokuba umlomo ukhuluma okuchichima enhliziyweni.


Awunasabelo nalifa kuleli lizwi, ngokuba inhliziyo yakho ayilungile phambi kukaNkulunkulu.


“Kepha amehlo akho nenhliziyo yakho kusenzuzweni engalungile kuphela, ekuchitheni igazi elingenacala, ekucindezeleni, nasekwenzeni ubudlova.”


makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini uJesu Khristu.


Mina, Pawula, ngikulobele ngesandla sami, ngiyakukubuyisela, ukuze ngingasho kuwe ukuthi unecala kimi ngoba oyikho, uyikho ngami.


“Isibani somzimba yiso. Ngakho-ke uma iso lakho lilihle, umzimba wakho wonke uzakukhanya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite